Johannesburg - Wesulile esikhundleni sakhe ukhomishana we-IEC uRaenette Taljaard, kusho uMengameli uJacob Zuma ngoLwesihlanu.
Funda nalolu daba: Lichithiwe elobesolwa ngokudlwengula.
"Sithanda ukubonga uTaljaard ngokusebenza kwakhe ngokuzinikela ekuqiniseni intando yabantu esebenza ngaphansi kwe-Independent Electoral Commission futhi simfisela konke okuhle kodwa esikhathini esizayo,” usho kanje esitatimendeni.