Share

Libafazi bedube inyama kokaMeyiwa

Durban - Izulu libafazi bedube inyama eThekwini, nokho abalandeli be-Orlando Pirates nabathandi bebhola jikelele, baphume ngobuningi babo ukuzophelezela isithandwa sezwe uSenzo Meyiwa, osishiye ngokuzuma.

Abalandeli bagcwele inkundla iMoses Mabhida, la kuqhubeka khona inkonzo yomngwabo.

Abantu abahambele inkonzo baphethe izingqwembe ezinesithombe sikaMeyiwa, kanjalo nemilayezo yokumvalelisa.

Funda nalolu daba: Ubani obulale uSenzo Meyiwa - Kubuza uhulumeni

Ezinye zezingqwembe ezigqamile kube yilolo olubhalwe ukuthi akubuyiswe loyo owabe enguKhomishana wamaPhoyisa uBheki Cele, nolluthi: "Ngiyamthanda uSenzo".

Inkonzo bekubikwe ukuthi izoqala ngo-10:00 emini, nokho kunokubambezeleka okuncane, kuzwakala kuphela umsindo wamavuvuzela.

UMeyiwa wadutshulwa wabulawa ngeSonto ebusuku, eseVosloorus.

NgoLwesihlanu, loyo okhulumela amaphoyisa aseGauteng, uBrigadier Neville Malila uqinisekise ukuboshwa kosolwa ngokubulala Meyiwa, wathi indoda eneminyaka engu-25 ubudala, uZenokuhle Mbatha, waseVosloorus.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
30% - 91 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
70% - 209 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.2%
Rand - Pound
23.83
-0.0%
Rand - Euro
20.42
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
948.30
-0.2%
Palladium
1,022.50
-0.7%
Gold
2,382.34
+0.1%
Silver
28.34
+0.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE