Share

Ligwetshiwe ebelidayisa ugesi wekhadi ngokungemthetho

Johannesburg - Ligwetshwe iminyaka emihlanu libhadla ejele iphoyisa laseHammaskraal elilahlwe yicala lokudayisa ugesi wekhadi kumakhasimende akwa-Eskom eBatlokwa eLimpopo ngokusho kombiko.

Leli phoyisa ligwetshwe ngoLwesibili ngaleli cala, ngokusho kwabakwa-Eskom.

"Usello Fanie Madikologa ulahlwe yicala lokudayisa lo gesi ngokungemthetho, ukweba ugesi nokukhwabanisa okwenze u-Eskom walahlekelwa yinzuzo,"kusho isitatimende esikhishwe ngabakwa-Eskom.

"Ugwestshwe iminyaka emihlanu ebhadla ezikhindini noma ahlawule ngo-R30 000 bese echitha iminyaka emibili nengxenye bese elingiselwa emihlanu."

OLUNYE UDABA: Ushonile osokwe esikoleni esingekho emthethweni 

Abanye abane asolwa nabo bamjikela baba ngofakazi  bombuso ngenhloso yokuthi bangashushiswa.

Isikhulu esiphezulu sakwa-Eskom uMaboe Maphaka sithe u-Eskom wenza konke okusemandleni ukulwisana nenkohlakalo kagesi ezindaweni ezahlukene ngaphansi kohlelo i-Operation Khanyisa.

"Lo mkhankaso uqinise ukulwisana nalabo abantshontsha ugesi noma abakhwabanisayo ngokudayisa izinombolo ezingombombayi ikakhulukazi esifundazweni saseLimpopo,"kusho uMaphaka.

Le nkampani ephehla ugesi ithe njalo ngonyaka ilahlekelwa yimali elinganiselwa ku-R4.7 billion ngokwebiwa kukagesi. 

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
68% - 1912 votes
No! It's time to move on ...
32% - 915 votes
Vote
Rand - Dollar
18.62
+0.9%
Rand - Pound
23.32
+0.7%
Rand - Euro
19.95
+0.5%
Rand - Aus dollar
12.14
+0.3%
Rand - Yen
0.12
-1.3%
Platinum
963.20
+1.8%
Palladium
955.50
-0.2%
Gold
2,318.80
+1.4%
Silver
26.67
+1.5%
Brent Crude
86.33
-1.0%
Top 40
69,925
-0.7%
All Share
76,076
-0.5%
Resource 10
61,271
-4.5%
Industrial 25
105,022
+0.4%
Financial 15
16,591
+1.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE