Share

Limisiwe iphoyisa lakwamasipala emsebenzini

Durban - Iphoyisa likaMasipala waseThekwini uDayandran “Devon” Govender, osolwa ngokubulala intombi yakhe, uphume ngebheyili ka-R10 000 ngoLwesine,  wabe esethola incwadi emumisa emsebenzini.

INkantolo yeMantshi yaseThekwini ilalele icala likaGovender, 44, osolwa ngokudubula abulalele uRosemary Bell endlini yakhe eseDurban North, lapho kwatholakala umqamelo onembobo uvithizekile ngemuva kukasofa.

UBell ,32, obengusomatekisi wadutshulwa ngoLwesibili ngesonto eledlule, esendlini abehlala kuyo noGovender nendodakazi yabo.

Umphenyi ophezulu we-Independent Police Investigative Directorate (Ipid) uNtombi Gibson, uthe wabuyela endaweni yesigameko ngemuva kokukhuluma nofakazi, omunye wabantu othi wezwa umsindo wokuqhuma ongacacile.

UGibson uthe useshe le ndawo esafuna ukuthola obunye ubufakazi okuyilapho athole khona isiqamelo esinembobo ngemuva kukasofa.

UBell wadutshulwa isingezansi sakhe, kubika iDaily News.

UGovender ulindeleke ukuba abuyele enkantolo ngoNovemba.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 883 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE