Share

Limlahlile icala uthisha owashaya ingane enkulisa

Cape Town – Uthisha owayesangumfundi kwale kancane ukuba abhadle ejele ngokushaya ingane yomfana eneminyaka emihlanu ubudala ngenduku ye-brush lokupenda.

Kukholakala ukuthi uthisha wakhumula ingane ibhulukwe ngaphambi kokuba ayishaye ngenduku.  

Isehlakalo senzeka phambi kwezinye izingane, okuthiwa lo thisha wazitshela ukuthi zingalinge zitshele abazali bazo.

Funda nalolu daba: Uvelile enkantolo osolwa ngokuba umalugaju weKZN

Lo thisha oneminyaka engu-20 ubudala, elingeke lidalulwe igama lakhe, ulivumile icala lokushaya eNkantolo yeMantshi yaseBredasdorp ngoLwesithathu wabe esegwetshwa izinyanga ezintathu ebhadla ejele, kodwa walengiselwa isigwebo sakhe ngeminyaka emithathu.

Ummangalelwa ulivumile icala lakhe lokushaya ingane ngenduku ye-brush lokupenda.

Ummeli wakhe utshele inkantolo ukuthi umsolwa wayezama ukulamula isisulu nenye ingane ngesikhathi belwa enkulisa.

Imantshi kodwa ithe kujwayelekile ukuba izingane zilwe kodwa ukushaywa kwezingane akuvumelekile neze, kubika iDaily Voice.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 500 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 705 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.36
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE