Share

Limlahlile owabiza isisebenzi ngekhafula

Cape Town – Owesilisa waseKapa ulahlwe yicala lokukhuluma amagama alumelayo kulandela ukuthi abiza isesebenzi sasendlini ngekhafula.

U-Andre van Deventer, 36, wayebekwe icala lokwehlisa isithunzi nokushaya.

Wavuma ukuthi wabiza isisebenzi ngekhafula, kepha wathi akaze asibeke isandla.

UDeventer uthi wavuma icala lokwehlisa isithunzi ngoba uyakuvuma ukuthi wabiza uGloria Kente ngekhafula.

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo owabiza isisebenzi ngekhafula

Intatheli ye-SABC uLyndon Khan ubhale enkundleni yezokuxhumana uTwitter ukuthi uDeventer ulahlwe yicala eNkantolo yeMantshi yaseKapa.

“Kuyacaca ukuthi wawuzimisele ngokuhlambalaza uKente,” kusho imantshi.

Uphinde wayalelwa ukuthi anxephezele uKente ngo-R50 000 bese eyaxolisa kuye.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 436 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 931 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE