Share

Lingase lingaphinde liphume iqiniso ngo-Anni Dewani

Cape Town – Kungenzeka ligcine lingaphumanga iqiniso eliphelele ekutheni ngubani owadubula wabulala u-Anni Dewani, njengoba sekudlule emhlabeni uXolile Mngeni, ekunguye owagwetshelwa ukudubula abulale, kusho abezindaba zeSunday Times.

Kuze kwaba sekugcineni uMngeni ephika ukuthi nguye owadubula wabulala umshadikazi uDewani, yize agwetshwa udilikajele ngaleli cala.

Umyeni kaDewani uShrien Dewani kumanje uhamba inkantolo njengoba uMbuso ukholwa wukuthi nguye owaba ngungqondongqondo ekubulaweni kukankosikazi wakhe.

Funda nalolu daba: UMnyango uphawula ngokushona kukaMngeni

U-Anni wabulawa ngenyanga kaNovemba, ngo-2010, ngesikhathi eseholidini nomnyeni wakhe eKapa.

Omunye olahlwe yileli cala uMziwamadoda Qwabe, odonsa iminyaka engu-25.

UMngeni shonele esibhedlela sasejele ngoMgqibelo ntambama.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
63% - 226 votes
No! It's time to move on ...
37% - 134 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+1.2%
Rand - Pound
23.76
+0.8%
Rand - Euro
20.36
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.3%
Platinum
915.40
+0.4%
Palladium
1,006.00
+0.1%
Gold
2,328.93
+0.6%
Silver
27.42
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,473
-0.2%
All Share
74,417
-0.1%
Resource 10
61,593
+1.9%
Industrial 25
103,012
-1.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE