Share

Mabanikelele abahlwempu abafuna ukutakula uZuma - IFP

Johannesburg – Labo abathi bafuna ukukhokhela uMengameli Jacob Zuma imali efunwa kuyena, kumele bathathe leyo mali banikele ngayo ebantwini abaswele, kusho i-IFP ngoMsombuluko.

"Umengameli Zuma akabalwa nabadla imbuya ngothi, angakwazi ukuzikhokhela isikweletu sakhe,” kusho uNobhala Jikelele weNkatha Freedom Party uSibongile Nkomo esitatimendeni.

"Kule mali ayiholayo njalo ngenyanga angakwazi ukukhokha zonke izikweletu zakhe ngaphandle kokutakulwa.”

OLUNYE UDABA: I-DA ifuna uZuma azikhokhele yena mathupha

Uthe uZuma akumele amukele usizo lokukhokha lesi sikweletu semali eyasebenza kulungiswa umuzi wakhe eNkandla, ngoba lokho kuyochaza ukuthi uyavuma ukuthi kwaxhashazwa izimali zabakhokhi bentela.

Iphephandaba iSunday Times libike ukuthi inkinsela yaKwaZulu-Natal uPhilani Mavundla uphakamise ukuthi uzoqoqa imali ukuze kukhokhelwe uZuma isikweletu sakhe.

UNkomo uthe labo abayokhipha leyo mali kuyobe kufane nokuthi bayithathe bayemukisa nomfula.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1166 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1242 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.6%
Rand - Pound
23.90
+0.2%
Rand - Euro
20.47
+0.4%
Rand - Aus dollar
12.46
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.8%
Platinum
917.40
+0.6%
Palladium
1,010.00
+0.5%
Gold
2,326.25
+0.5%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,776
+0.3%
All Share
74,686
+0.2%
Resource 10
62,136
+2.8%
Industrial 25
103,175
-0.8%
Financial 15
15,857
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE