Share

Malema: Ngangizama ukukhuza ibhoklolo

Pretoria – Umholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema uthi “wayezama ukukhuza ibhoklolo” ngesikhathi eshuthwa ngamakhamera e-CCTV ebamba owesilisa ngamawashingi esitolo sokudla eLimpopo.

Ephendula omunye umuntu enkundleni yokuxhumana uTwitter, uMalema uthe usazochaza kahle ngalolu daba aveze ukuthi indaba yayisukephi.

Lokhu kuza ngemuva kokuthi i-AfriForum isabalalise ubufakazi be-CCTV obutshengisa uMalema eqophisana ngamazwi nowesilisa, uCassie Moller, wase emcaphuna ngezandla.

OLUNYE UDABA: Buka i-video uMalema exhakathisa omhlophe

UMoller uthi uMalema kumele ajeze ngalesi sigameko, kusho isikhulu se-AfriForum u-Ernst Roets ngoLwesine.

"UMoller uthi udinwe uyaqhuma ngokuthi ugcine ezizwela ngokwakhe ukuthi kunjani uma usopolitiki ehlukumeza amandla anawo,” kusho uRoets etshela izintatheli ePitoli.

Isigameko kuthiwa senzeka ngomhlaka-6 Agasti.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 411 votes
No! It's time to move on ...
35% - 225 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.41
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
919.10
+0.8%
Palladium
980.50
-2.4%
Gold
2,330.93
+0.7%
Silver
27.33
+0.6%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.8%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE