Share

NPA: Besingakanqumi ngoluka-Oscar

Johannesburg - INational Prosecuting Authority (NPA) ibingakasithathi isinqumo sokudlulisa icala mayelana nokugwetshwa komsubathi wakuleli u-Oscar Pistorius, isho ngoLwesihlanu.

"Besingakathathwa isinqumo okwamanje," kusho okhulumela uphiko uNathi Mncube.

"Kuzomele senze isinqumo zingakapheli izinsuku ezingu-14.”

Ungoti kwezomthetho, uSolwazi uJames Grant ubhale enkundleni yezokuxhumana uTwitter ukuthi umshushisi uGerrie Nel ucele ukuba amcebise ngokuthi asidlulise noma cha isinqumo.

OLUNYE UDABA: U-Oscar wenze i-Ebola yabukeka 'njengenathingi'

"Ngingaqinisekisa ukuthi uNel ucele usizo lwami ngalolu daba. Ngithe akasidlulise isinqumo ngase ngiyavuma nokumsiza.”

UPistorius wagwetshwa iminyaka emihlanu ebhadla ejele ngokubulala ngokungenhloso intombi yakhe uReeva Steenkamp.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 349 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 734 votes
Vote
Rand - Dollar
19.14
+0.1%
Rand - Pound
23.84
-0.1%
Rand - Euro
20.42
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
939.10
-1.2%
Palladium
1,023.00
-0.6%
Gold
2,380.67
+0.1%
Silver
28.28
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,915
-0.4%
All Share
72,970
-0.4%
Resource 10
62,936
-0.6%
Industrial 25
98,161
-0.3%
Financial 15
15,416
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE