Share

Obengaphandle ngoshwele uthweswe awokudlwengula

Durban – Owesilisa owalahlwa yicala lokubulala obesengaphandle ngoshwele uthweswe amacala lokudlwengula amantombazane amabili aneminyaka engu-7 no-13 ubudala.

Ngokubika kweDaily News lo mlisa ubesesebenza kwesinye sezikole eThekwini efundisa izingane ezibiza ngelinye igama.  

Kubikwa ukuthi lo msolwa oneminyaka engu-32 ubudala owalwahlwa yicala lokubulala umuntu waseThekwini eminyakeni engu-12 eyedlule wehlulekile ukuvela eNkantolo yeMantshi yaseChatsworth ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: Angiyidlanga inhliziyo yomuntu - Umsolwa

Ngokusho kombiko ngesikhathi kubiwa igama lakhe ejele laseWestville lapho egcinwe khona akazange asabele.  

Kubikwa ukuthi wagwetshwa iminyaka engu-20 ngo-2002 ngemuva kokuba ezivumele ukwenza leli cala.

Wathola ushwele ngo-2010 ngemuva kokuchitha iminyaka engu-8 nje kwisigwebo sakhe.  

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 311 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 446 votes
Vote
Rand - Dollar
18.96
-0.3%
Rand - Pound
23.95
-0.2%
Rand - Euro
20.48
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.4%
Platinum
911.60
+1.6%
Palladium
1,012.97
+1.1%
Gold
2,216.03
+1.0%
Silver
24.89
+1.0%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE