Share

Odilikajele kwababulala owesilisa ensimini kambila

Pietermaritzburg – Amalungu amabili kwamane eqembu eladubula owesilisa washona esensimini kambila agixabezwe ngodilikajele yiNkantolo  ePhakeme yaseMgungundlovu.  

IJaji uThoba Poyo-Dlwati lithe ubugebengu busezingeni eliphezulu kakhulu KwaZula Natal. Kuleli sonto lilodwa leli Jaji ligwebe lcishe abantu abafinyelwe ku-5 abaneminyaka ephakathi kuka20 no-37 emacaleni amane.

La malungu uNhlanhla Gumbi oneminyaka engu-37 ubudala noSiyathemba Mfeka onengu-22 ubudala agwetshwe ngamacala okubulala uRajoo Grewan nokumbaba inkunzi nomkakhe.

IJaji lichaze lobu bugebengu njengesenzo somona.

UGrewan owayeneminyaka engu-41 ubudala nomkakhe uPhilele bahlaselwa ngesikhathi besepulazini labo eliseWinterton ngoJuni wonyaka owedlule.

OLUNYE UDABA: Unikwe odilikajele ababili owabulala

IJaji liqhube lathi lezi zigebengu azikhombisanga nembeza ngokuthatha impilo yomuntu.

UGrewan wathathwa wayiswa ensimini kambili bafika bamdubula emqaleni kwathi umkakhe bamkhiyela endlini. 

Abasolwa bathatha izimpahla ezahlukene okubalwa nemoto.

Kubikwa ukuthi uPhilele usehlala ngokwesaba ngemuva kokubulwa komyeni wakhe ngesihluku.

UGumbi noMfeka baphinde bagixabezwa ngeminye iminyaka engu-15 ngaphezulu ezahambisana nodilikajele ngokubamba inkunzi.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 468 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 672 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.0%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.42
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE