Share

Okuhle nomusa kuyamlandela uSenzo Meyiwa

Cape Town - Okuhle nomusa kulokhu kumlandele njalo unozinti weBafana Bafana odutshulwe wabulawa uSenzo Meyiwa.

UNdunakulu waKwaZulu-Natal uSenzo Mchunu, ukhulume waveza ukuthi kuzokwakhiwa isikhungo sokucija ikhono labafana abancane ebholeni lezinyawo, bese siqanjwa ngoSenzo Meyiwa.

UMeyiwa ofihlwayo namhlanje, ngoMgqibelo, wadutshulwa wabulawa ngeSonto ebusuku, eseVosloorus, kubo kwentombi yakhe uKelly Khumalo.

Ngemuva kokuzwakala kwezindaba zokushona kukaMeyiwa, uSihlalo we-Orlando Pirates u-Irvin Khoza, waveza ukuthi iqembu angeke lisaqhubeka nokusebenzisa inombolo yakhe, unombolo, 1, wathi uzohlonishwa yiqembu ngokuthi inombolo ingabe isasetshenziswa muntu.

Ngosuku lwesikhumbuzo esabanjelwa eStandard Bank Arena, eGoli, uMengameli weSafa uDanny Jordaan waveza ukuthi kuzobazwa isithombe esingumfanekiso kaMeyiwa, bese sibekwa ngaphambi kwezindlu zeSafa.

Funda nalolu daba: Kuzobazwa isithombe sikaSenzo Meyiwa - Safa

Inkonzo yomngcwabo kaMeyiwa ihanjelwe yizikhulu eziningi kuhulumeni nakwezemidlalo, abaculi nabo bonke abaseqenjini abelidlalela iNdod'eMnyama.

Umculi uRebecca Malope ucule ngosizi eshaya ingoma yakhe ethi Hamba kahle sihlobo sami sobuye sibonane, wavala nge Ngiyekeleni ngihsambe ngiye ekhaya ezulwini.

Abanye babadlali bebhoal abahambele umngcwabo.

Inkonzo iyaqhubeka.






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 426 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 434 votes
Vote
Rand - Dollar
19.14
+0.3%
Rand - Pound
23.81
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
922.80
-0.9%
Palladium
1,027.00
+1.1%
Gold
2,315.81
-0.5%
Silver
27.09
-0.3%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE