Share

Okusha ngabashonela eNigeria ne-Ebola kuleli

Johannesburg - Asethelekile amasampula egazi labantu bakuleli abashona esehlakalweni sokuwa kwesakhiwo saseNigeria, kusho uNgqongqoshe kuhulumeni uJeff Radebe.

Amasampula abantu abangu-116, aseqalile ukuhlolwa kuleli kuze kuzohlonzwa ngendlela izidumbu," kusho uRadebe etshela iPhalamende ngoLwesine.

URadebe akakwazanga ukusho ukuthi ukuhlolwa kwamasampula kuzodonsa isikhathi esingakanani.

"Uma sekuphele lonke uhlelo, uhulumeni uzokwazi ukuhlonza ngendlela ukuthi ubani ungubani."

Funda nalolu daba: UMadonsela uthi angasiza ngolwabashona eNigeria

Kukholakala ukuthi baba ngu-85 abantu bakuleli abashona kuwa ibhilidi lebandla iSynagogue Church of All Nations, elingaphansi kukamfundisi uTB Joshua.

Isehlakalo senzeka mhlaka-12 Septhemba.

UNgqonqgoshe ukhulume waveza nokuthi iNingizimu Afrika isiqinise isandla kwabangena kuleli, ngenhloso yokunqanda ukungena kobhubhane lwe-Ebola oseluthathe abantu abangaba ngu-5000.

"Kuqiniswe uphenyo kuyona yonke imingcele engenela ezweni. Kumele sikwazi ukunqanda ukungena kwe-Ebola," kuchaza ungqongqoshe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 500 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 708 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.36
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE