Share

Osolwa ngobugebengu udutshulwe washona kuthelawayeka

Benoni - Owesilisa osolwa ngobugebengu udutshulwe wabulawa ngesikhathi edubulana namaphoyisa emgwaqweni u-N12 eBenoni e-East Rand ngoLwesibili ekuseni, ngokusho kwamaphoyisa aseGauteng.

Okhulumela amaphoyisa uLieutanant Colonel Katlego Mogale uthe abanye ababili badutshulwe balimala, kwathi abanye abanye baboshwa.  

Uthe amaphoyisa angaphansi kophiko lweFlying Squad alunywe indlebe ngeqembu lezigebengu ebelihamba kule ndawo njengoba belisezinhlelweni zokubamba inkunzi.

OLUNYE UDABA: Kugcine kusenele isisebenzi sikaMasipala weTheku

Ngesikhathi amaphoyisa ezama ukubamisa bavulele ngenhlamvu.

"Amaphoyisa aphindiselile adubula abulala oyedwa alimaza kanzima ababili abe esebopha abane ."

Abalimele baphuthunyiswe esibhedlela eTembi lapho beqashwe khona ngeso lokhozi ngabakwaSidlodlo.  

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 459 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 987 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE