Share

Owesifazane wadlwengulelwa isikweletu somyeni wakhe

Bulawayo - Owesilisa wakwaBulawayo, eZimbabwe, usolwa ngokudlwengula owesifazane ngemuva kokuthi eye kwakhe eyofuna isikweletu sika-$1 asikweletwa ngumyeni wesisulu.

UTafadzwa Ignatious Kadongo, 29, waseTrenance, usolwa ngokudlwengula owesifazane umyeni wakhe engekho esemsebenzini edolobheni, kubika iBulawayo24.

UKadongo uvele enkantolo ngoMsombuluko waliphika icala, imantshi yayalela ukuba agcinwe esitokisini.

OLUNYE UDABA: Owesifazane uboshelwe ukusiza kudlwengulwe indodakazi

Umshushisi uTinashe Dzipe utshele inkantolo ukuthi ngomhlaka-19 Julayi phakathi kwamabili, lo wesifazane wayeyedwa emzini wakhe ngesikhathi evuswa nguKadongo emfuna isikweletu senhlanzi eyathathwa ngumyeni wakhe kuye.

"Wamtshela ukuthi umyeni wakhe usemsebenzini kepha uKadongo wavula umnyango ngendluzula wase emdlwengula," kusho uDzipe.

Icala liyaqhubeka.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 176 votes
No! It's time to move on ...
35% - 96 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
+1.3%
Rand - Pound
23.74
+0.9%
Rand - Euro
20.35
+1.0%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.4%
Platinum
914.00
+0.2%
Palladium
1,006.50
+0.2%
Gold
2,326.91
+0.5%
Silver
27.38
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,478
-0.1%
All Share
74,432
-0.1%
Resource 10
61,601
+1.9%
Industrial 25
103,002
-1.0%
Financial 15
15,831
-0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE