Share

Owesilisa ubulawe kubangwa umatilasi

Cape Town - Usezinikele kwabomthetho owesifazane, 50, osolwa ngokugwaza abulale owesilisa ngemuva kokuqubuka kwengxabano kubangwa umatilasi wombhede.

Kusolakala ukuthi uNazeem Johnson, 30, ushaywe ngesitswebhu ebusweni ngaphambi kokuba agwaze yilo mngani womndeni.

Ngebhadi umufi akakwazanga ukufika esibhedlela ngoba imoto abehamba ngayo iphelelwe uphethiloli endleleni, kubika iDaily Voice.

Kukholakala ukuthi uNazeem nalowo osolwa ngokumbulala uMariam Davids, 50, bebelokhu bexabana kusukela ngoMgqibelo.

Izihlobo zithi uNazeem ubethukuthele ngenxa kamatilasi owathathwa emzini wakhe ngaphandle kwemvume yakhe.

“Ubelwela indawo yokulala kepha manje nguye futhi oselele umphumulela wafuthi," kusho u-anti wakhe uFarieda Majiet.

Kuthiwa uDavids wethule ngesitswebhu uNazeem emotweni abehleli kuyo ngemuva esikhenkeni wase embhokoda ngommese esifubeni.

UDavids zibe sezimkhalela waphinde wadedelwa ngebheyili ka-R1 000 ngoLwesibili.

Amaphoyisa ayaphenya.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
17% - 1 votes
No, I can't stand canned foods
83% - 5 votes
Vote
Rand - Dollar
18.52
-0.2%
Rand - Pound
23.16
+0.3%
Rand - Euro
19.91
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.22
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
979.06
+1.3%
Palladium
975.00
-0.9%
Gold
2,313.86
-0.4%
Silver
27.25
-0.7%
Brent Crude
83.33
+0.4%
Top 40
70,790
+0.2%
All Share
76,930
+0.2%
Resource 10
61,038
-0.6%
Industrial 25
107,159
+0.1%
Financial 15
16,711
+0.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE