Johannesburg – Owesilisa okukholwakala ukuthi useminyakeni ekuma-20 ubudala ushayiswe yimoto washona emgwaqweni u-N 14 William Nicol ngaseDiepsloot ngokusho kwabosizo lokuqala.
Lo mlisa obehamba eceleni komgwaqo utholwe ebangeni elingamamitha angu-40 nalapho imoto ibime khona, kusho okhulumela abakwa-ER24 uRussel Meiring.
OLUNYE UDABA: Owesilisa ushonile imoto ishayisa ubonda