Share

Sesimi ku-9 isibalo sabashonile engozini

Johannesburg – Sesikhuphukile isibalo sabantu abashone engozini eseRockydrift eNelspruit saba ngu-9  njengoba sekuphinde kwashona abantu ababili, kusho aboMnyango wezokuPhepha womPhakathi waseMpumalanga ngoLwesihlanu.

“Abayisikhombisa bashonele khona lapho esigamekweni kwathi laba ababili abebelimale kanzima bashonele esibhedlela,” kusho uJoseph Mabuza esitatimendeni.

Abantu abayisishiyagalombili balimalile ngesikhathi kuphenduka itekisi emgwaqeni u-R40.

Okhulumela abosizo lokuqala i-ER24 uRussel Meiring uthe: "Itekisi itholakale iqingqikile esikhotheni."

Idlule yomibili imgwaqo osuka eWhite River nosuka eNelspruit yabe isishaya unqenqema lomgwaqo.

UMabuza uphinde wathi :"Abantu abangu-12 balimale kanzima ngesikhathi kushayisana izimoto ezine kuwona lowo mgwaqo ngoLwesine."

Ungqongqoshe woMnyango uVusi Shongwe uthe: "Le ngozi itshengise ukuthi abashayeli bebengayithobeli imithetho yemigwaqo."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho  

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 496 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 523 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent-ruolie
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE