Johannesburg – Iqembu iNkatha Freedom Party lithi lidumele kakhulu ngokuzwa izindaba zokudlula emhlabeni kobethula i
Top Billing, uSimbarashe “Simba” Mhere, oshone engozini yemoto eGoli ngoMgqibelo.
“UMhere ubenethalente futhi ethandeka kulabo abebembukela ku
Top Billing nakwezinye izinhlelo. Uzoshiya esikhulu isikhala e-SABC, ekuzoba nzima ukusigcwalisa,” kusho uSihlalo weqembu uBlessed Gwala.
OLUNYE UDABA:
Uzobekwa icala odale ingozi ebulale uSimba“Ubengumuntu oyithandayo impilo futhi ezimisele ngomsebenzi wakhe."
UMhere waba ngumethuli weTop Billing ngemuva kokunqoba emncintiswaneni wokuvundululwa kwamakhono.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.