Share

Sisola isandla semfene isangoma esidle imbumba emahhashini

Durban –  Ngemuva kokushweba iminyaka emibili ilandela, ekuqaguleni ihhashi elizowina kwiVodacom Durban July, uMakhosonke Msomi usebone kungcono azibeke phansi izikhwama zakhe, wathi ukudla imbumba kangaka kuyihlazo kuyena nasemadlozini akhe.

UMsomi, odabuka eDenny Dalton KwaZulu, kodwa ohlala eClermont, usola ukuthi abahleli bomjaho bamenzele phansi benza ‘umkhonyovu’ ukuze bangalahlekelwa yibhizinisi labo.

Funda nalolu daba: Unqatshelwe ibheyili owafunza izingane iRattex

“Ukuba baliyekile ihhashi engiliqagulile lawina, bebengeke benze nzuzo, ngoba bonke abantu abebebhejile bebezohamba nayo imali,” usho kanje.

UMsomi uthe unesiqiniseko sokuthi ubebhule kahle futhi amadlozi akhe abeshaye emhloleni.

Okhulumela iGold Circle uGill Simpkins uthe umjaho udlalwe ngendlela efanele, akubanga nomkhonyovu.

Uphinde wathi mhlawumbe ngelinye ilanga sizoshaya khona lesi sangoma, The Mercury.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 1026 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1089 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,005.00
-2.1%
Gold
2,314.58
-0.3%
Silver
27.17
-0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE