Share

Sizoyisiza iLesotho - Ramaphosa

Johannesburg - INingizimu Afrika izohamba ngegiya uMengameli weqembu u-Oliver Tambo, ayehamba ngalo, ibambisane nezwe laseLesotho lize likwazi ukunqoba izinselelo elibhekene nezo, kusho iPhini likaMengameli wezwe uCyril Ramaphosa.

"Sisanda kubuya eLesotho, omakhelwane bethu babhekene nesikhathi esinzima emlandweni. Izwe lazinikela kakhulu ngesikhathi iNingizimu Afrika ibhekene nobandlululo," kusho uRamaphosa ekhuluma e-University of Fort Hare.

URamaphosa ukhumbule isibhicongo saseMaseru, sango-1982, la khona kwabulawa abantu bakuleli abangu-30 nabaSotho abangu-12, bebulawa uhulumeni wobandlululo.

Ube esecaphuma amazwi kaTambo, owakhuluma emngcwabeni wabashona.

Funda nalolu daba: Ubuyele eLesotho uRamaphosa

URamaphosa uthi namanje busaqinile ubudlelwano beLesotho neNingizimu Afrika.

"Namanje ukuzimisela nelukuluku elakhonjswa abantu baseLesotho liyabonakala phezu kwezinselelo izwe elibhekene nazo."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What is a non-negotiable when considering the election manifestos from various parties?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A solid plan for load shedding
15% - 443 votes
Bold climate change objectives
1% - 30 votes
Roadmap for economic recovery
51% - 1526 votes
Solutions to SA's crime crisis
33% - 976 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.3%
Rand - Euro
20.51
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.5%
Platinum
895.30
-0.2%
Palladium
991.47
-1.0%
Gold
2,196.11
+0.1%
Silver
24.46
-0.8%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
67,818
+0.2%
All Share
74,028
+0.2%
Resource 10
56,225
+1.0%
Industrial 25
103,464
+0.2%
Financial 15
16,455
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE