Share

Solani uhulumeni wenu hhayi abokufika: UMalema

Durban - UMholi weqembu lezepolitiki i-EFF, uJulius Malema, ukholelwa ekutheni izakhamuzi zakuleli kufanele zikhiphele isibhongo sazo kuhulumeni hhayi ebantwini bokufika.

UMalema ubekhuluma nabalandeli abayizinkulungwane ngesikhathi kuqhubeka irali ye-EFF Freedom Day eNanda eduze naseThekwini ngoMsombuluko.

Ekhuluma ngokuhlaselwa kwabokufika okusanada kwenzeka kuleli uMalema utshele labo abebhambele le rali ukuba kufanele intukuthelo yabo bayibhekise kubantu ababavotela, kubika iSowetan Live.

OLUNYE UDABA: Ubevutha bhe uMalema kwaLanga

"Musani ukusola abafowethu nodadebethu base-Afrka. Anisebenzi, nihlala emijondolo...solani uhulumeni wenu. Anizange nivotele abokufika. Khiphelani isibhongo senu kubantu enabavotela," kusho uMalema.

Khonamanjalo uMengameli uJacob Zuma utshele abebehambele irali yeFreedom Day e-Union Buildings ePitoli ukuthi isizathu sokugcwala kwabokufika kuleli kufanele siphenywe, waphinde wathi abaholi kufanele badlale indima yabo.

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 728 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 345 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE