Share

U-Oscar angase ahlale izinyanga ezingu-10 ejele

Johannesburg - Umsubathi olahlwe yicala lokubulala ngokungenhloso u-Oscar Pistorius angase ahlale izinyanga eziyishumi nje vo ejele ngokubulala intombi yakhe uReeva Steenkamp, kusho uMnyango wezobuLungiswa ngoLwesibili.

"Isigwebo seminyaka emihlanu ngaphansi kukaSection 276 weCriminal Procedure Act uchaza ukuthi ummangalelwa angadonsa u-1/6th wesigwebo sakhe, nokuyizinyanga eziyishumi,” kusho okhulumela uMnyango uMthunzi Mhaga ebhala ekhasini lakhe likaFacebook.

OLUNYE UDABA: UMbuso ufuna agwetshwe engu-10 u-Oscar

"Ngemuva kwalokho isiboshwa singadedelwa ngaphansi kohlelo oluthile lokuhlunyeleliswa isimilo.”

UPistorius ugwetshwe iminyaka emihlanu ebhadla ejele nguJaji Thokozile Masipa ngokubulala ngokungenhloso.

Uphinde wathola emithathu elengiswe iminyaka emihlanu ngokudubula esendaweni yokudlela eGoli.

Zombili lezi zigwebo uzozidonsa ngesikhathi esisodwa.



 - Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 882 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE