Share

UBlade Nzimande uxwayisa izinyunyana

Johannesburg – Izinyunyana ezishiya umbimbi olungunxantathu zizohlakazeka, kusho unobhala jikelele weSACP uBlade Nzimande ngoLwesine.

"Kungani sifike sakhe i-African National Congress... ngemuva kwalokho bese siyayishiya?” ubuze kanje engqungqutheleni yeDemocratic Nurses' Organisation of SA (Denosa) eBoksburg, e-East Rand.

"Kodwa ke izinyunyana ezifuna ukushiya umbimbi zizohlakazeka,” usho kanje.

UNzimande uthe isigaba sesibili sokwenziwa kwezinguquko eNingizimu Afrika – izinguquko kwezomnotho – ngeke senzeke uma umbimbi lungaqinile noma iCosatu intengantenga.

Funda nalolu daba: Alaziwa namanje ikusasa lezikhulu zeNPA - Masutha.

Kukhona ukukwebhana ngaphakathi kuCosatu okwaqala ngesikhathi kumiswa unobhala jikelele uZwelinzima Vavi ngonyaka odlule.

INational Union of Metalworkers of SA (Numsa), okuyinyunyana eyeseka uVavi futhi edlelana neCosatu, yathatha isinqumo sokungayiseki i-ANC okhethweni lukazwelonke.

INumsa isola i-ANC neSA Community Party ngokudala uqhekeko kuCosatu.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 950 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE