Share

‘UMalema akehle esikhundleni abhekane noSars’

Johannesburg – Iqeqebana elizibiza ngabantu abavikela uMthethosisekelo we-EFF bafuna uJulius Malema ehle esikhundleni kuze kube uxazulula izinkinga anazi nabaqoqi bentela uSars.

"Sinxenxa ukuthi uJulius Malema ehle esikhundleni sakhe njengelungu lePhalamende nasekuholeni i-EFF kuze kube ulungisa izinkinga abhekene nazo,” kusho leli qeqebana esitatimendeni ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: UMalema uqhubekile nokudelela uZuma

"Asifuni ukuya okhethweni luka-2016 silengelwa yifu elimnyama emakhanda. Asifuni ukumelwa ngumuntu oqubula imibuzo nongasibeka engcupheni yokukhala ngaphansi okhethweni.”

Okhulumela i-EFF uMbuyiseni Ndlozi uthe iqembu ngeke lixolise ngokweseka uMalema.

"Abantu bakshetha uMalema bemazi ukuthi ubhekene nalolu daba. Ngeke sinake abantu ababhema i-nyaopeabafuna ukugqama ngezinto ezingekho.”

Icala likaMalema libuyela enkantolo ngomhlaka-1 Juni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
35% - 13 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
65% - 24 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
950.90
+0.1%
Palladium
1,029.50
0.0%
Gold
2,391.18
+0.5%
Silver
28.39
+0.6%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,479
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE