Share

'UMalema udalule athi kungamaqiniso ngoMengameli'

Pretoria - UJulius Malema uthi unolwazi lokuthi uMengameli uJacob Zuma wayeyithola kanjani imali ngesikhathi izinto zingasamhambeli kahle, waphinde wathi babekwenza lokhu ngokuvula izikhwama ‘ezazingaweni umsebezi ezivulelwe wona’.

UMalema ukusho lokhu esitatimendeni sakhe esifungelwe esingamakhasi angu-93 asifake eNkantolo eNkulu yasePitoli ngeledlule njengoba esaqhubeka nokulwisana nodaba lwakhe lwentela.

Kungokokuqala ukuba kubenomuntu we-ANC noma owayeku-ANC odalula ukuthi uZuma wayeyithola kanjani imali ngesikhathi exoshwe uThabo Mbeki ngo-2005.

Funda nalolu daba: Akulona iqiniso obekushiwo ngoluthinta umculi

UMalema uthi wayengomunye wababeqoqela uZuma izimali emaralini e-ANC nakwabanye abaxhasi ngaphambi kokuba uZuma abenguMengameli ngo-2009.

Uqhube wathi awukho umehluko phakathi kwesikhwama sakhe iRatanang Family Trust, esimngenisela imali yokupha impilo ephezulu kanye nalezo zikaZuma.

UMengameli uZuma ukuphikile ukuthi wake wathola imali ngengxela engaziwa, kunika iTimesLive.

Okhulumela uMengameli, uMac Maharaj uthe: "UMengameli njalo uyazidalula izimali zakhe ukuthi uzithola kanjani uma ekhokha intela kwabakwa-SARS."

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 171 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 248 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.7%
Rand - Pound
24.01
-0.5%
Rand - Euro
20.54
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
900.50
+0.4%
Palladium
1,002.25
+0.1%
Gold
2,209.77
+0.7%
Silver
24.53
-0.5%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,080
+0.6%
All Share
74,278
+0.5%
Resource 10
56,967
+2.4%
Industrial 25
103,572
+0.3%
Financial 15
16,456
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE