Share

UMalema uphika eyokusebenzisa kwe-EFF ne-DA

Johannesburg – Umholi we-EFF uJulius Malema usezikhahlelile izinsolo ezithi iqembu lakhe lisebenzisana eduze neqembu eliphikisayo kuleli i-DA.

Ngokombiko wephephandaba iCity Press uMalema uthe i-DA yiyo elandela i-EFF.

“Singongqondongqondo bamaqhinga, asilandeli i-DA kepha yiyo elandela thina,” kusho uMalema.

“Yingakho nizwa umholi we-DA ePhalamende uMmusi Maimane engasakhulumi njengeMelikana. Usekhuluma njengeqabane ngoba konke ukufunda ku-EFF.”

OLUNYE UDABA: I-EFF ibabele enkantolo

UMalema ubekhuluma nabalandeli bakhe ngaphandle kwenkantolo ekuhlehliswe kuyo icala lenkohlakalo abhekene nalo.

“Asisoze sasebenzisana nenhlangano ecwasa ngokwebala,” esho.

UMalema nokho uqhube ngokuthi: “Uma sikhuluma iqiniso i-DA iyaseseka, siyakudinga lokho ukuze silwisane nokungcola okuqhubeka ezweni."




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 20 votes
Hardly - I prefer streaming online
67% - 659 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 302 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-1.0%
Rand - Pound
23.89
-0.9%
Rand - Euro
20.45
-0.8%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.8%
Platinum
952.90
0.0%
Palladium
1,033.00
-0.2%
Gold
2,383.89
+1.0%
Silver
28.30
+0.3%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE