Share

UMantashe ufanise i-EFF neNazis

Johannesburg - Unobhala jikelele we-ANC uGwede Mantashe ngoLwesibili ufanise uNazis neqembu likaJulius Malema i-Economic Freedom Fighters.

"U-Adolf Hitler wayesebenzisa izindlela ezingalungile ukulutha abantu," usho kanje etshela izintatheli eGoli.

"INazis ayizange iqale ngokubulala abantu abangamaJuda, yaqala ngokwenza izethembiso kubantu." Kusho uMantashe

I-EFF iqale ngokugqoka osiyasebenza amabomvu kanye  nemifaniswano yabasebenzi basezindlini.

Lokhu kuholele ekutheni kubanjwane ngezihluthu phakathi kweqembu nesishayamthetho saseGauteng ngeledlule ngemuva kokutshelwa ukuthi abangagqoki izinto ezinobhalo othi "Asijiki" esishayamthetho.

UMantashe uthe i-EFF izama ukwenza ibukeke sengathi ilwela inkululeko kodwa akunjalo.

Lokhu kuyakhathaza futhi kudelela intando yabantu.

UMantashe ubekhuluma nabezindaba ngemuva komhlangano we-African National Congress national obungoMsombuluko.



 – 
"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Will you be splitting your vote on your three ballot papers on 29 May?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, I'm distributing my 'X' across parties
13% - 243 votes
No, it's one way on all three ballots
74% - 1419 votes
I haven't decided who I'm voting for yet
13% - 243 votes
Vote
Rand - Dollar
18.43
+0.2%
Rand - Pound
23.08
+0.2%
Rand - Euro
19.85
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.17
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
997.50
+1.3%
Palladium
980.75
+1.0%
Gold
2,364.92
+0.9%
Silver
28.20
-0.4%
Brent Crude
83.88
+0.4%
Top 40
72,181
+1.2%
All Share
78,464
+1.2%
Resource 10
63,450
+2.5%
Industrial 25
108,579
+0.4%
Financial 15
16,955
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE