Share

UMantashe unxusa inhlonipho ePhalamende

Johannesburg - IPhalamende kumele livumele abaholi ukuba baphendule imibuzo esuke iphonsiwe ngaphandle kokumenyezwa nokuthi babizwe ngamagama alumelayo, kusho uNobhala Jikelele we-ANC uGwede Mantashe ngoMsombuluko.

"IPhalamende kumele lenze umsebenzi walo lingavumeli abantu baziphathise okwemidlwembe,” esho etshela izintatheli eGoli.

"Bangayiphendula kanjani imibuzo uma sonke simemeza sifuna ukuzwakala? Abaholi kumele banikezwe isikhathi.”

OLUNYE UDABA: I-EFF ne-DA bahlanganyela i-ANC - Mantashe

UMantashe ubekhuluma nabezindaba kulandela umhlangano wangempelasonto wekomidi eliphezulu le-African National Congress.

Uthe i-ANC hhayi ngoba izama ukuvikela uMengameli Jacob Zuma ekutheni aphendule imibuzo ePhalamende, kepha uthi izinto kumele zenziwe ngenhlonipho.

"Esikushoyo ukuthi umengameli kumele anikezwe ithuba lokuphendula imibuzo. Kunabantu abafike baphazamise bese bekhala ngokuthi abaphendulekanga kwakade bekubuzile.”



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 367 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 722 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
+0.0%
Rand - Pound
23.64
-0.1%
Rand - Euro
20.20
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.18
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
978.70
+0.3%
Palladium
1,008.00
-1.5%
Gold
2,373.48
-0.4%
Silver
28.30
-2.0%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,955
-2.0%
All Share
73,070
-1.9%
Resource 10
61,730
-3.4%
Industrial 25
98,409
-1.7%
Financial 15
15,652
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE