Share

UMbete ujike uhlelo lokumisa abe-EFF

Cape Town – Ikomidi lasePhalamende elibheke udaba lokuziphatha kwamalungu e-EFF ePhalamende selimemezele ukuthi uSomlomo uBaleka Mbete ngeke esaqhubeka nohlelo lokuwamisa emsebenzini.

“Sesithole ukuthi abameli bakasomlomo nabe-EFF sebevumelene ukuthi ngokuthi usomlomo ngeke esabamisa emsebenzini,” kusho uSihlalo waleli komidi uLemias Mashile.

UMbete obekulindeleke ukuthi aphume nesinqumo sokuthi kumiswe la malungu uma sekuhlala iPhalamende ngoLwesibili usesiguqulile isinqumo sakhe wasidluleisela ekomidini.

Kubikwa ukuthi encwadini ayibhalile uSomlomo unxuse leli komidi ukuba libuyele kuyena ngokushesha mayelana neziphakamiso zalo ngalolu daba.

Amalungu e-EFF abebhekene necala lokungaziphathi kahle ngesikhathi uMengameli Jacob Zuma ezophendula imibuzo ePhalamende.

La malunga adala uthuthuva ngesikhathi esola uMengameli ngokungawuphenduli umbuzo othi uzoyibuyisa nini imali eyasetshenziswa ukuthuthukisa umuzi wakhe oseNkandla.



   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2609 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 7045 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.1%
Rand - Pound
23.75
-0.2%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
923.40
-0.8%
Palladium
1,008.50
-0.7%
Gold
2,309.88
-0.7%
Silver
26.94
-0.9%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,996
+0.7%
All Share
74,012
+0.6%
Resource 10
59,729
-2.0%
Industrial 25
102,932
+1.9%
Financial 15
15,795
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE