Share

UMbete usephinde waxwayisa i-EFF

Johannesburg - USomlomo wePhalamende uBaleka Mbete usephinde wexwayisa amalungu e-Economic Freedom Fighters ukuthi ngeke asibekezelele isiphithiphithi kulesi sikhungo, kepha ethe engakawagwinyi lawo mazwi kwangenelela uSotswebhu we-EFF uFloyd Shivambu wathi uMbete ukhetha iphela emasini.

"Uma imithetho ingahlonishwa lokho kuchaza ukuthi kukhona abantu abafuna ukudala uthuthuva,” kusho uMbete.

"Ngeke ngize ngikwazi ukubekezelela ukuphazanyiswa kokusebenza kwePhalamende,” esho, ngemuva kokuqinisekisa ukuthi ngeke asithathe isinqumo sokuthi kumiswe amalungu angu-20 e-EFF, wathi lokho kusezandleni lekomidi elibhekelele ukuziphatha kwamalungu ePhalamende.

UMbete ushintshe umqondo ngemuva kokuthi i-EFF isabise ngokubabela enkantolo ngalolu daba.

Amalungu e-EFF abebhekene necala lokungaziphathi kahle ngesikhathi uMengameli Jacob Zuma ephendula imibuzo ePhalamende.

La malunga adala uthuthuva ngesikhathi esola umengameli ngokungawuphenduli umbuzo othi uzoyibuyisa nini imali eyasetshenziswa kuthuthukisa umuzi wakhe oseNkandla.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
63% - 256 votes
No! It's time to move on ...
37% - 148 votes
Vote
Rand - Dollar
18.95
+1.4%
Rand - Pound
23.71
+1.0%
Rand - Euro
20.31
+1.2%
Rand - Aus dollar
12.37
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.5%
Platinum
913.60
+0.2%
Palladium
1,008.50
+0.4%
Gold
2,329.66
+0.6%
Silver
27.44
+1.0%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,392
-0.3%
All Share
74,338
-0.2%
Resource 10
61,677
+2.0%
Industrial 25
102,766
-1.2%
Financial 15
15,830
-0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE