Share

UNgqongqoshe ukhala ngamaveni aqeda izingane

Durban – UNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi KwaZulu-Natal uWillies Mchunu uzwakalise ukudabuka ngemuva kwengozi ebulale izingane ezingu-6 ngesikhathi kugingqika iveni emgwaqeni u-Edendale, eMgungundlovu.

"Kuyishwa ukuthi siphinde silahlekelwe yizingane kwenye ingozi yeveni," kusho uMchunu esitatimendeni.

"Ngaphezu kokuba sigqugquzela ukuphepha emgwaqeni, sigcizelela ukuthi amaveni awasetshenziselwe okufanele hhayi ukuthutha abantu,"usho njalo.

Umnyango uthe kushone izingane ezingu-6 kwalimala kanzima ezingu-7 ezinye ezingu-9 zathola imihuzuko.

OLUNYE UDABA: Kushone izingane ezingu-6 engozini e-KZN

Yize kunjalo abezimo eziphuthumayo bona bakhiphe umbiko othi kushone izingane ezingu-7, kusho okhulumela abeNetcare 911 uChris Botha.

Okhulumela abe-ER24 uPieter Rossouw uthe iveni ishayise isango yase ingena emzini womuntu.

"Le ngozi ibulale izingane ezingu-7 ezibalelwa emnyakeni engaphansi kwengu-13 ubudala yalimaza ezingu-18," usho njalo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                               

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 941 votes
No! It's time to move on ...
33% - 459 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.50
+1.3%
Rand - Euro
20.12
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.5%
Platinum
923.50
-0.2%
Palladium
961.50
-2.9%
Gold
2,338.91
+0.3%
Silver
27.20
-0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE