Share

UNgqongqoshe uthi nakanjani uyaphuma umbiko weNkandla

Johannesburg - UNgqongqoshe wamaphoyisa uNkosinathi Nhleko uthi nakanjani uzowudedela umbiko waseNkandla ngoLwesine.

Ukudedelwa kwalo mbiko, obekulindeleke ukuba kwenziwe ngoLwesithathu, kuhlehliswe ngamahora anagu-24.

UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela ngonyaka odlule wathola ukuthi uMengameli uJacob Zuma wahlomula ngokungafanelekile ngesikhathi kulungiswa umuzi wakhe oseNkandla ngo-R246m.

Funda nalolu daba: Uzoqgunywa esitokisini osolwa ngokubulala umkakhe

Khonamanjalo uMengameli uZuma ugxeke amaqembu aphikisayo ngalokhu akubize ngendlala yepolitiki, kubika iSABC.

“Azikho izinto eziphusile abakhuluma ngazo ePhalamende. Yileyo inkinga! Konke okuvelayo, bayakugxumela,”kusho uZuma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
26% - 23 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
74% - 65 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.3%
Rand - Pound
23.67
-0.2%
Rand - Euro
20.20
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.22
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
980.90
+0.4%
Palladium
1,031.50
-1.8%
Gold
2,385.55
+0.1%
Silver
28.74
-0.5%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
68,349
0.0%
All Share
74,519
0.0%
Resource 10
63,879
0.0%
Industrial 25
100,148
0.0%
Financial 15
15,828
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE