Share

USexwale udla yedwa uR2m ngenyanga - Unkosikazi

Johannesburg – Udaba lwesehlukaniso somshado phakathi kukaTokyo Sexwale nonkosikazi wakhe uJudy sibukeka sesiqala ukushuba njengoba laba bebanga indaba yempahla nezimali.

Ngokusho kweSunday Times, uJudy emaphepheni awafake enkantolo uthi umyeni wakhe wamphoqa ukuba aphume aphele emzini wabo oseGoli waphinde wavala nama-credit card akhe – nakuba yena eqhubeka kodwa nokusebenzisa imali engu-R2m ngenyanga.

USexwale uziphendulele wathi uJudy uyazikhohlisa uma ecabanga ukuthi ungusozigidigidi.

Funda nalolu daba: Ngiyamthanda uZille - Sexwale.

Kodwa, ngokusho kukankosikazi wakhe, ama-bank statements atholwe yithimba labameli bakhe akhombisa ukuthi uSexwale usebenzisa imali elinganiselwa ku-R2m ngenyanga – okuyimali elingana naleyo ayeyihola ngonyaka ngesikhathi esangungqongqoshe.

UJudy okwamanje ukhokhelwa uR50 000 ngenyanga okuyimali yokuthi azibheke kanye nenye imali engu-R55 000 eqhamuka kwesinye sezikhwama zikaSexwale ukuze akhokhele umuzi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1130 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1210 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.3%
Rand - Pound
23.93
+0.1%
Rand - Euro
20.54
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.49
-0.0%
Rand - Yen
0.12
+0.5%
Platinum
916.60
+0.5%
Palladium
1,011.50
+0.7%
Gold
2,322.42
+0.3%
Silver
27.29
+0.5%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,409
-0.2%
All Share
74,339
-0.2%
Resource 10
60,121
-0.5%
Industrial 25
103,713
-0.3%
Financial 15
15,855
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE