Share

USugar Mama uhlushwa uBen 10

Johannesburg - Ukusebenza kanzima kwamenza waphumelela uGladys Modise kanti ukuceba kwakhe kumsondezela abafana abancane, oBen 10, abafuna impilo esheshayo ngemali yakhe.

Kodwa lo wesifazane onezingane ezintathu ubaqathulula kalula ngaphandle kwalo oyedwa.

Yize esaliwe usamlandela uModise.

uModise oneminyaka engu-40 ubudala wasendaweni yaseKomatipoort eMpumalanga uthe lo Ben 10 oneminyaka engu-27 ubudala wacasuka ngalendlela emangalisayo waze waphihliza iwindi le moto yakhe.

"Lo mfanyana wayethandanda nomakhelwane wami owayemdala ngalendlela yokuthi angamzala. Bahlukana ngemuva kokuba uBen 10 emshayile wabe umakhelwano wami esemphuca konke ayemunike khona," kusho uModise.

Yilapho ke lo Ben 10 aphendukela kuModise.

Ukuzwana kwakhe nalo Ben 10  kwaqala ngesikhathi emthengela izimbali ngemuva kwesikhathi eside emphebeza.

"Ngamutshela ukuthi angithandani nabafana abancane.

"Amaphoyisa awazange alibheke icala lami kodwa acabanga ukuthi siyathandana nalo Ben 10. Awazange ambophe," usho kanje

"UModise usabela impilo yakhe. Lo Ben 10 okuthiwa ngu- 'Shoti', akafunanga ukukhuluma nabeDaily Sun.

Umngane kaBen 10 omazi ngelikaSipho uthe:"UModise ubengomunye woSugar mama bakhe, bahlukane ngesento eledlule ngemuva kwengxabano

uBrigadier Selvy Mohlala uthe amaphoyisa kwakufanele amphose ngemibuzo umsolwa njengoba sekuvulwe icala lokulimaza impahla.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 896 votes
No! It's time to move on ...
33% - 436 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.1%
Rand - Pound
23.53
+1.1%
Rand - Euro
20.16
+1.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.8%
Platinum
922.30
-0.4%
Palladium
964.50
-2.6%
Gold
2,345.52
+0.6%
Silver
27.58
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,438
+1.5%
All Share
75,393
+1.4%
Resource 10
63,106
+1.6%
Industrial 25
103,764
+1.2%
Financial 15
16,076
+1.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE