Share

UTutu ufuna kwesekwe ababhikishi

Johannesburg - Umbhishobhi uDesmond Tutu usecele bonke abantu abakholelwa kwintando yeningi ukuthi beseke abantu baseHong Kong, abaqhuba imibhikisho, kusho abenhlangano kaTutu.


"Ngiyazincoma izindimbane zabantu baseHong Kong abaqhuba imibhikisho ekugqame kuyo ukuthula nabazama ngayo ukuba nezwi okhethweni lwezwe," kusho isitatimende sikaTutu esithi abantu baseHong Kong bakholelwa kakhulu kwimigomo nentando yeningi.

Funda nalolu daba: UTutu ufuna kuxolelwe owabulala abangu-77

Abezindaba zeDeutsche Presse-Agentur babike ukuthi ababhikishi bavale imigwaqo ngamatshe beqhuba umbhikisho oqale ngeSonto.

Ababhikisho bafuna kube noguquko ngaphambi kokhetho luka-2017, baphinde babe bezwi ekutheni ngobani abazoqokelwa izikhundla.

Isitatimende sikaTutu sincome ababhikishi ngokuzisukumela, sahlaba ukuhlasela kwabo ekuthiwa kwenziwa amaphoyisa.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 764 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 810 votes
Vote
Rand - Dollar
19.13
-0.1%
Rand - Pound
23.77
+0.1%
Rand - Euro
20.44
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
926.60
+0.7%
Palladium
1,030.00
+0.4%
Gold
2,318.58
-0.2%
Silver
27.24
-0.2%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,493
+0.7%
All Share
74,466
+0.6%
Resource 10
60,057
+0.7%
Industrial 25
103,901
+1.1%
Financial 15
15,884
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE