Share

UVavi nesicelo esibhekiswe kubasebenzi

Johannesburg - Lowo owayengunobhala jikelele weCosatu, uZwelinzima Vavi, usenxuse abasebenzi kanye nezinhlangano zomphakathi ukuba zilwisane kakhulu nenkohlakalo kanye nezinga lokuswelakala kwemisebenzi.

Usho kanje ekhuluma nezisebenzi zezinyunyana eMdantsane ngaphandle kwase-East London.

UVavi uthi izisebenzi kumele zimashele ukulwisana nalabo abasezikhundleni eziphezulu.

Funda nalolu daba: Kwesule isikhulu sakwaSAA

“Kunokuba kube yithina esikhalaza ngalokho, kumele sihlangane sibhekane ngqo nalezi zinkinga. Ngakho sithi kubasebenzi sisizeni sibhekane nezigebengu. Sibhekane nalabo abasehlukanisayo, nalabo abakhubaza inhlangano.”

UVavi uchaze inkohlakalo njengesihlava esihlasele uhulumeni.

Uphinde wathi uhulumeni wehlulekile ukubhekana nodaba lokungabikho kwemisebenzi, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
50% - 1 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
50% - 1 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE