Share

UZuma ufanise olwaseNkandla nesikhumulo sezindiza

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma uqhathanise ukwakhiwa kweGeorge Airport yakhelwa owayengumengameli u-PW Botha, nokwakhiwa komuzi wakhe oseNkandla, kubike iBeeld ngoMsombuluko.

Ephendula imibuzo esidlweni sasemini ngeSonto, uZuma uthe uhlala emzini woMbuso ngaphandle kokuwukhokhela futhi enjalo nje undiza mahhala.

"Ngabe lokhu kunokwenzelela okuthile?” ebuza.

Ngesikhathi kukhulunywa ngodaba lokuthi umuzi oseNkandla akuwona kepha owoMbuso, uZuma uthe kungumsebenzi kahulumeni ukuvikela umengameli nesekela lakhe.

UZuma uqhube ngokuthi isikhumulo sezindiza esiseGeorge asizange sakhiwelwe ezohwebo.

OLUNYE UDABA: Nkandla: Akusolwe izikhulu hhayi osopolitiki

“Sakhiwa ngoba nakhu uBotha wayehlala eWilderness."

Uthe ufuna ukwazi ukuthi kungani iNkandla igxekwa ngale ndlela: “Ngabe iNkandla ayifanelwe ukukhiqiza umengameli wezwe?”

Uhulumeni wasebenzisa u-R246 million uqinisa ezokuphepha emzini kaZuma oseNkandla, uMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela wabe esephakamisa ukuthi umengameli akhokhe ingxenye yale mali.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 388 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 538 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE