Share

UZuma umise olwaphesheya ngenxa yokuhlaselwa kwabokufika

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma umise uhambo lwakhe olwase-Indonesia ukuze abhekane nesimo sokuhlaselwa kwabokufika eNingizimu Afrika.

UMengameli Zuma bekulindeleke ukuba alifulathele elakuleli ngoMgqibelo emhlaka 18 ku-Ephreli 2015 lapho ebezobe ehambele ingqungquthela ye-Africa-Asia Summit.

Ngokusho kwesitatimende esikhishwe yihhovisi likaMengameli uSekela Mengameli uCyril Ramaphosa nguyena osezomela uMengameli kule ngqungquthela yase-Indonesia.

OLUNYE UDABA:Seluqale phansi udlame eJeppestown

“UMengameli uzohola uhlelo lwezimbizo ezindaweni ezahlukene ngesonto elizayo ngaphambi kosuku lweNkululeko kuleli umhlaka 27 ku-Ephreli.

Lezi zimbizo zizobe zigxile ekuqiniseni ubudlelwano phakathi kabantu baseNingizimu Afrika nokukhuthaza ukuthula. Kanti uzophinde alalele nezikhalo zemiphakathi,” kusho uMac Maharaj okhulumela uMengameli kulesi sitatimende.

Namhlanje ngoMgqibelo uMengameli uzohambela indawo yaseChatsworth ngaphandle kweTheku lapho kuzinze khona abokufika.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
0% - 0 votes
Hardly - I prefer streaming online
72% - 52 votes
Sometimes - it depends on the film release
28% - 20 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.74
-0.2%
Rand - Euro
20.32
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.27
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
951.10
-0.2%
Palladium
1,036.00
+0.1%
Gold
2,378.06
+0.7%
Silver
28.43
+0.7%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
66,908
+0.0%
All Share
72,962
-0.0%
Resource 10
62,756
-1.0%
Industrial 25
98,185
+0.4%
Financial 15
15,430
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE