Share

UZuma uthe uzowukhipha ngenyanga ezayo owaseMarikana

Cape Town – UMengameli Zuma utshele iPhalamende ukuthi uzowukhipha ngenyanga ezayo umbiko weKhomishini kaFarlam wesigameko saseMarikana.

UZuma ukusho lokhu ngesikhathi kunenkulumo mpikiswano yesabelo mali yehhovisi lakhe njengoba iqhubeka nokwanda ingcindezi yokuthu uMengameli adedele lo mbiko.

Amalungu emindeni yabantu abaphangalala ngosuku lwesigameko saseMarikana basabise umengameli ngokumthathela izinyathelo zomthetho ngokuthi asheshe awukhiphe lo mbiko.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 8 ngokuduna iloli likagwayi eGoli

Kuzokhumbuleka ukuthi ngosuku lwesigameko saseMarikana amaphoyisa adubula abulala abavukuzi abangu-34.   

UZuma uthe: “Ngiyakuqonda ukuthi abantu abathintekayo ngalesi sigameko sebekulangazelele ukuphuma kwalo mbiko kodwa kubalulekile ukuthi ngiqale ngiwucubungule ukuze ngithathe izinqumo ezifanele ngaphandle kokutatazele.

Lo mbiko ngizowukhipha ngaphambi kokuthi kuphele inyanga ezayo.”

UZuma ubonge kakhulu iJaji Ian Farlam ngokuhola le khomishini.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 904 votes
No! It's time to move on ...
33% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
18.77
+1.3%
Rand - Pound
23.44
+1.5%
Rand - Euro
20.09
+1.6%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.2%
Platinum
922.50
-0.3%
Palladium
965.00
-2.6%
Gold
2,339.46
+0.3%
Silver
27.49
+0.2%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,396
+1.4%
All Share
75,387
+1.4%
Resource 10
62,518
+0.6%
Industrial 25
104,038
+1.5%
Financial 15
16,113
+2.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE