Share

'UZuma wesaba i-DA ngolwama-spy tapes'

Bloemfontein – Umengameli uJacob Zuma ufuna ukuzigcina ziyimfihlo izingxoxo zakhe ne-NPA mayelana namakhasethi enkulumo eshoshiwe (spy tapes) ngoba iDA ingazisebenzisela ukumcekelaphansi, kusho abameli bakhe.

Emaphepheni abawafake eNkantolo eNkulu yokuDluliswa kwamaCala, uZuma uthi ukhathazekile ngoba iDemocratic Alliance iyona efuna ukusabalalisa le nkulumo.

UZuma uzama ukuba kuguqulwe isinqumo seNkantolo eNkulu yaseGauteng, eyayalela ukuba ibamba lenhloko yeNational Prosecuting Authority (NPA) uNomgcobo Jiba likhiphe  amakhasethi anenkulumo eqoshiwe.

Icala lizolalelwa Enkantolo yokuDluliswa kwamaCala ngo-Agasti 15.

Amakhasethi, okubhalwe phansi kanye neminye imiqulu, kuyelana nesinqumo esaholela ekutheni i-NPA ihoxise amacala kaZuma ngo-2009 ngaphambi kokuba abenguMengameli wezwe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 808 votes
No! It's time to move on ...
33% - 405 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
+0.5%
Rand - Pound
23.67
+0.5%
Rand - Euro
20.30
+0.5%
Rand - Aus dollar
12.36
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.60
+0.0%
Palladium
980.50
-1.0%
Gold
2,347.56
+0.7%
Silver
27.60
+0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,208
+1.1%
All Share
75,143
+1.1%
Resource 10
62,757
+1.0%
Industrial 25
103,884
+1.3%
Financial 15
15,940
+0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE