Share

Ubofunda ukucela, kutshelwa osolwa ngokudlwengula

Johannesburg - Imantshi yaseMpumalanga itshele lowo solwa ngecala lokudlwengula ukuthi bekumele alucele ucansi, angazithatheli ngenkani.

"Hlonipha abantu besifazane ulucele nje ucansi. Musa ukudlwengula ngoba lokho kuyicala elifakana enkingeni,” kusho iMantshi uSam Nkuna etshela uFreddy Fanie Ndlovu, 23, ngesikhathi evele eNkantolo yeMantshi yaseTonga.

UNdlovu waboshwa noNovemba wonyaka ofile kulandela ukudlwengula intombazane.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe inyanga ngelokudlwengula

UNdlovu, okusolakala ukuthi uphazamisekile ekhanda, usho ngokukhulu ukudinwa wathi uNkuna akayeke ukuhlekisa ngaye.

"Sengikhathele abantu bedlala ngami kule nkantolo bethi ngigula ngengqondo. Angihlanyi mina, ngeke nje ngikumele lokho,” kubhoka uNdlovu.

UNkuna uthe uNdlovu kumele aphindele eWeskoppies Psychiatric Hospital ayoqhubeka nohlelo lokuhlolwa ukusebenza kwengqondo yakhe.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 556 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 798 votes
Vote
Rand - Dollar
18.87
+0.3%
Rand - Pound
23.84
+0.3%
Rand - Euro
20.38
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE