Share

Ucabanga ukuphindela kwelakubo udokotela ohlaselwe

Cape Town – Uthi usecabanga ukuphindela kwelakubo udokotela wase-UK osesebenze iminyaka emihlanu kuleli ohleselwe yiqulu lababhikishi eKhayelitsha, eKapa.

Ngokubika kwephephandaba i-Cape Argus uDkt Elizabeth Augustine uhlangabezane nalo mshophi ngesikhathi ephuma esibhedlela asebenzela kuso eMitchells Plain esegoduka.

Echaza ngokumehlele uthe iqulu lababhikishi lihlasele imoto yakhe bayijikijela ngamatshe waze walimala ebusweni.

“Namanje ngisathukile ngokungehlele sengicabanga nokubyela e-UK ngendlela engithuke ngayo.

Angikaze ngibhekane nesimo esifana nalesi empilweni yami,” kusho uDkt Augustine owafika kuleli nomyeni wakhe uFlorian. 

Echaza ukuthi ngesikhathi bekhetha ukulaxaza imisebenzi yabo e-UK beqoka ukuzosebenza kuleli imindeni nabangani babo babengahambisani nacho kwazise babeshiya impilo entofontofo.

Kodwa ngenxa yokuthanda ukusiza abaswele nokuthuthukisa umkhakha wezempilo abakugqizanga qala okwakushiwo beza eNingizimu Afrika ngo-2009 beza nezingane zabo uLuke noSita.

Uthi uyosixoxela amagwababa echobana isigameko esimehlele.   




   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 442 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 849 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.66
-0.2%
Rand - Euro
20.20
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.18
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
979.30
+0.4%
Palladium
1,032.50
+0.9%
Gold
2,390.26
+0.3%
Silver
28.28
-2.1%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE