Share

Ucele ukunezelwa imali uMadonsela

Johannesburg - UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela ucele iPhalamende ukuthi lengeze imali efakwa eHhovisi lakhe kuze kuzokwenzeka umsebenzi ngendlela.

Ethula umbiko wakhe wonyaka ka-2013/14 , utshele iPhalamende ukuthi ihhovisi lakhe linamacala angu-39 817, eseliwaphothulile, wathi kumanje linamanye angu-26 642, elibhekene nawo, kusho umkhulumeli wakhe u-Oupa Segalwe.

Funda nalolu daba: Akaze ngidelele muntu - Madonsela

"UMadonsela uphinde isicelo sakhe sonyaka nonyaka, ihhovisi ligqilazekile. Ucele ukuthi kukhishwe imali njengoba kwaphasiswa isicelo ngo-2009," kusho uSegalwe.

NgoLwesithathu, uNgqongqoshe woMnyango wezeziMali uNhlanhla Nene wethule isabelomali, esithole izincomo ezinhlakeni ezahlukene.







 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 397 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 823 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.1%
Rand - Pound
23.71
+0.5%
Rand - Euro
20.37
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.27
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
940.50
-1.0%
Palladium
1,026.50
-0.3%
Gold
2,390.34
+0.5%
Silver
28.54
+1.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE