"Abasolwa abathathu bathumba base bebulala amadoda amabili ngoba bewasola ngokubulala isihlobo somunye wabamangalelwa,” kusho owamaphoyisa uColonel Ronel Otto.
OLUNYE UDABA: Udilikajele kowadlwengula ona-15
"Abamangalelwa ngoMati Moloto, 37, Lazarus Mashabela noJan Kgatla Mahole, 41, kanti batholwe benecala lokuthumba uSeboko, 27, noMorapedi, 31, bobabili abaqhamuka eLesotho.”
Abamangalelwa babe sebeshaya kanzima abafi, babanklinya base belahla izidumbu zabo esigangeni.
Abanye abamangalelwa abathathu libathethile elokubulala kepha balahlwa elokuthumba nokushaya.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho