Indoda isolwa ngokudubula intombi yayo amahlandla amaningi ekhanda nangakwesingenhla sazo, kusho okhulumela amaphoyisa uKay Makhubela.
Isehlakalo senzeke kubo kwesoka.
"Isoka libhekise isibhamu ngakulo nokho langashona, libe selihanjiswa esibhedlela iChris Hani Baragwanath, la ligadwe khona ngamaphoyisa.
Umsolwa uzovela ngaphambi kwenkantolo uma eseluleme.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).