Share

Udume ngokulapha induku yabesilisa oyimpumputhe

Johannesburg – Inyanga ithi amadlozi ayo ayenza impumouthe ikuze ikwazi ukwelapha  abantu abanezinkinga ezahlukene. 

Ngokubika kwe-Daily Sun uSeiletjie Mangena oneminyaka engu-33 ubudala wayeneminyaka engu-5 ngesikhathi ephenduka impumputhe.

Kubikwa ukuthi le nyanga edume ngelikaMoruti idume kakhulu ngokwelapha abesilisa abanezinduku ezintekenteke.

“Ngibanikeza itiye eliyisipesheli elixutshwe nobisi,” echaza enanela ngokuthi amakhasimende akhe amaningi ngabesilisa abanezinkinga kanti babuya bebuyile ukuzofuna olunye usizo kuyena.

Ngokombiko ngaphandle kokuba yinyanga uMoruti ubuye abe nguMprofethi kanti kuningi nokunye akwelaphayo ngaphandle kwezinduku zabesilisa.

OLUNYE UDABA: Baphumela obala abagilwa ngabelaphi

Omunye wesifazane okhulume neDaily Sun uSinhle Gumede uthe wayesphose ithawula ukuthi uyoke aphendi amthole umntwana kodwa ngemuva kokuya kuMoruti izinto zashintsha.

“Kuyimanje nginezingane ezimbili,” esho.

Ngaphambi kokuthi aqale ukwelapha abantu uMoruti uthi wafikelwa yiphupho lokuthi kumele azile ukudla izinsuku athandaze izinsuku ezimbili.

“Nabala ngenza njalo ngosuku lwesibili ngilele ngavuka ngizungezwe amadwala.

Angazi kanjani kodwa ngaqala ngabona izinto ezahlukene ,” echaza enanela ngokuthi kusukela lapho akabange esabhekana emuva njengoba abantu batheleka bethelekile ukuzofuna usizo kuyena emzini wakhe oseNellmapius eTshwane.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 578 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 822 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.87
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE