Share

Ufakazi ushayisana nokushiwo ngu-Oscar

Johannesburg - Ufakazi owethula ubufakazi obuvuna ummangalelwa ushayisane nobufakazi obethulwa ngumsubathi wakuleli u-Oscar Pistorius kuleli cala lokubulala.

Ethula ubufakazi bakhe eNkantolo eNkulu ePitoli, uRoger Dixon uthe ngokwemiphumela yakhe ishalofu elihlala amaphephabhuku laliseceleni kwalapho uReeva Steenkamp awela khona washona ngosuku lwezithandani ngonyaka odlule.

Ukhombise inkantolo izithombe wathi kunegazi okubonakalayo kuzona ukuthi ladalwa ukugudluzwa kweshalofu endlini encane ekhaya likaPistorius.

Kodwa uPistorius watshela inkantolo ukuthi leli shalofu lalingekho kuleyo ndawo ngesikhathi engena endlini encane ethatha uSteenkamp.

"Usho ukuthi umsolwa wayebheda? kubuza umshushisi uGerrie Nel. "Wena ungufakazi wakhe," kusho uNel.

"Ngesikhathi umufi ewela phansi, ishalofu lamaphephabhuku lalilaphayana," kusho uDixon, ogogode ezifundweni zokuba yi-geologist.

Umama kaSteenkamp, uJune, ubheke phansi egwema ukubuka izithombe.

UPistorius wadubula uSteenkamp esendlini encane emzini wakhe ePitoli ngeValentine's Day ngonyaka odlule.

Uthi wayecabanga ukuthi yisigebengu futhi wadubula ngephutha.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 1017 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1070 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
-0.4%
Rand - Pound
23.92
-0.5%
Rand - Euro
20.55
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
913.40
-0.7%
Palladium
1,008.00
-1.8%
Gold
2,321.02
-0.0%
Silver
27.25
-0.2%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE