Share

Ufuna ukukhokha amalobolo obulale intombi

Durban - Umlisa osolwa ngelokubulala intombi yakhe waphinde wagwaza umama wayo usefuna ukubonisa ukuthi uxolisa kangakanani nokuthi wayeyithanda kangakanani, kubike iDaily Sun ngoLwesithlanu.


Ufuna ukukhokha amalobolo bese eyayishada intombi yakhe engasekho emhlabeni, uSamkelisiwe Hlongwane ,24, waseKuvukeni, eMnambithi, ogwazwe washona ngoLwesihlanu olwedlule.

Umama kaSamkelisiwe, uThembisile Thungo, 46, uthi isoka lendodakazi limgwaze ngesikhathi ezama ukulekelela indodakazi yakhe.

“Ungigwaze esiswini amahlandla angu-8. Ngemuva kwalokho wayoqedelela indodakzi yami,” kusho umama.

"NgoMgqibelo isoka labuya langitshela ukuthi lifuna ukukhokha amalobolo bese lishada noSamkelisiwe ngisho esesebhokisini ukuze likhombise ukuthi liyaxolisa.

“Ucele ukuthi ngimxolele, wathi ubediniwe,” kusho umama.

UCaptain Thulani Zwane uthe umsolwa uzinikele yena emaphoyiseni kanti uthweswe icala lokubulala nokuzama ukubulala.

“Ubevele eNkantolo yeMansthi yaseMnambithi ngoLwesibili,” kusho uZwane.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

  -Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 
  -Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 945 votes
No! It's time to move on ...
33% - 463 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE